Sebezofaka Imifaniswano yesikole othisha uma beya ezikoleni
Ungqongqoshe omusha wezemfundo oqhamuka ngaphansi kweqembu le Democratic Alliance UNkosazane Siviwe gwarube usebeke imithetho okuzofanele othisha basebenzele ngaphansi kwayo.
Kule mthetho kukhona nomthetho othi bonke othisha kuzomele befake umfaniswano wezingane zesikole uma beya ezikoleni,kubalwa nothi sekuzomele bebhale Izivivinyo kanye nabafundi bebanga leshumi okuwumatikuletsheni baqinisekise futhi ukuthi bayaziphasa ngoba kungenzeka ukuthi umuntu ufundisa izingane nje kwayena ngeke eyiphase lento akayifundisayo.

